INGABE UJESU UBENGUMKRESTU NOMA UBE YISULUMANE?
Zulu — IsiZulu
INGABE UJESU UBENGUMKRESTU NOMA UBE YISULUMANE?
Kungenzeka ukuthi uzibuze le mibuzo elandelayo:- 1) Ingabe mina ngingumlandeli kaJesu Kristu ngempela na? 2) Ingabe ngilifuna ngempela iqiniso na, noma ngiyisitha seQiniso? 3) Ingabe uJesu ubenguMkhristu noma ube yiSulumane? Ngizamile ukwabelana ngomniningwane onzulu othathwe ezincwadini eziqukethe ulwazi olujulile kanye nakuma- website, ngase ngiwuhlanganisa ndawonye ngendlela yama-table afingqiwe, eqondakala kahle. Nginxusa umfundi ukuthi afunde le ncwadi ngengqondo engachemi, nokuthi avumele iqiniso enhliziyweni yakhe ngoba le ndlela ngiyo kuphela ezokwenza ukuthi kuthatheke isinqumo esiqondile, okuyiso esizokwakha impilo yomuntu yalapha emhlabeni neyakwelizayo.